Durban Region E-hailing Services

Durban Region E-hailing Services Driver’s association that prioritises the safety of uber and bolt drivers and riders in Dbn

Sibingelele Mphakathi odriver namapheheloBafwethu lensizwa ibihlele ukuhlangana nomnikazi wefoni emvakwesigameko sokucel...
12/05/2026

Sibingelele Mphakathi odriver namaphehelo

Bafwethu lensizwa ibihlele ukuhlangana nomnikazi wefoni emvakwesigameko sokucelwa ukuchargiswa efoninj washaya wachitha

Cela ningitholise yena

10/05/2026

Ama client acela uwachargise wahamba nefoni yawo ngicela ungibuyisele leyofoni please

09/05/2026

Ladies and gentlemen i great you all ngane zakwethu ngiyanibingelela ngenkulu inhlonipho.

Zingane zakwethu ngizwa kuthiwa abanye bodriver bathole ukuhlukumezeka today, Nge road block ebisemhlanga lapho bethathelwe khona izimonto , ngesimo sokufunwa ama , if you know any who experienced such a challenge please contact TO ASSIST

NGIYABICELA MANAZI UDRIVER OBENENKINGA NITHINTE USOMGATSHA IT TIME FOR TO WORK FOR DRIVERS

I THANK YOU ALL

Sibingelele emphakathini uwonke nakubaqhube bezinqola mliloSicela ukulekelelwa ngalensizwa ethathe inyma KWACHESTER IZOY...
08/05/2026

Sibingelele emphakathini uwonke nakubaqhube bezinqola mlilo

Sicela ukulekelelwa ngalensizwa ethathe inyma KWACHESTER IZOYIYISA KWA ACE KU BROAD OPPOSITE POLICE STATION, INYAMA IBIYINANI ELINGAPHEZUKUKA R2000 KODWA LENKOKHELI ayibange isafika kwi destination ngokusho kuka client. Ngicela ningitholise yena ngokukhulu ukuphuthuma

Molweni bengicela ningibhekisa lensizwa       wacelwa ukucharger idoni usisis kulensizwa, kodwa okubuhlungu yasala ngaku...
07/05/2026

Molweni bengicela ningibhekisa lensizwa wacelwa ukucharger idoni usisis kulensizwa, kodwa okubuhlungu yasala ngakuyena akaphindanga watholakala lombemu ngiyabonga

Sibingelele zihlobo nabafwethu Naku umnyalezo ofakwe utepo
07/05/2026

Sibingelele zihlobo nabafwethu

Naku umnyalezo ofakwe utepo

Sibingelele lishonile balhathie.Sizobonga ukubambisana s**e sabinga ngokuthathwa kwalemoto izolo, ebithathwe e-chestervi...
05/05/2026

Sibingelele lishonile balhathie.

Sizobonga ukubambisana s**e sabinga ngokuthathwa kwalemoto izolo, ebithathwe e-chestervill ngetrip ebiya emhlanga , udriver bamulahla emlazi.

Esithanda ukukudlulisa siyi- Ngemizamo yethu ikwazile imotk ukubuyela ezandleni zikamnikazi.ingenziwe lutho

Siyabonga kakhuli zingane zakwethu

Sibingilele lishonile ilanga.Sizophakamisa okukhulu ukubonga ku-   we kwid CY 25 ZX ZN, OBEKUSALE ngakuyena isikhama ebe...
05/05/2026

Sibingilele lishonile ilanga.

Sizophakamisa okukhulu ukubonga ku- we kwid CY 25 ZX ZN, OBEKUSALE ngakuyena isikhama ebesine laptop ; passport & certificates ; UKUBUYISE konke kuphelele.

Qhawe ukuveze ngokusobala AKUTHINA SONKE ESINGENZI KAHLE ;ABANYE BETHU BAYAWUHLONIPHA LOMSEBENZI.SIYABONGA QHAWE

Bafwethu kubi
04/05/2026

Bafwethu kubi

Sibingelele zingane zakwethu kusile. (BJ 62 MH - ZN)Baphathi zingane zakwethunsivuka ngezimbi omunye wozakwethu uye wath...
04/05/2026

Sibingelele zingane zakwethu kusile. (
BJ 62 MH - ZN)

Baphathi zingane zakwethunsivuka ngezimbi omunye wozakwethu uye wathola ukuhlukumezeka okubi, uthathelwe imoto lena engezansi itip embizile ithena iya emhlanga kodwa kwashintsha ukudla epletini.

Uthathwe wabhekiswa emlazi kwahlalwa naye kwakhishwa itracker bamlahla EPHILANI MALL imoto ayinawo ama sign ka VW PHAMBILI NANGEMUMVA INE GRIL YE GTI SILEKELELENI siyabonga

Number plate :BJ 62 MH - ZN

Ngiyabingelela zingane zakwethuLekelelani lensizwa angikayitholi eyaduka nobhakha ne leptop izinamba ze owner azingeni n...
03/05/2026

Ngiyabingelela zingane zakwethu

Lekelelani lensizwa angikayitholi eyaduka nobhakha ne leptop izinamba ze owner azingeni ngitholiseni yena. Kukhona ne passport lensizwa ayikwazi ukugoduka

Sibonge contact 074 923 6957

Address

100 Hellen Joseph Road
Durban
4000

Telephone

+27749236957

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Durban Region E-hailing Services posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Business

Send a message to Durban Region E-hailing Services:

Share