Qadi/Nyuswa Taxi Owner's Association

Qadi/Nyuswa Taxi Owner's Association Taxi operators from MaQadini and KwaNyuswa to Hillcrest, Pinetown, Durban and Camperdown

03/08/2026

Siyabingelela Mphakathi sicela usizo lwenu, kukhona imgibeli obephathise izimpahla kwimoto ebisuka eThekwini izolo zizothathwa umuntu emgaqweni ongenela kaMnamatha mefika udriver akukho muntu olindile emgaqweni wangena wathulula ngaphakathi wabuya nazo izimpahla kungekho muntu futhi estobhini...izimpahla zilethwe eOffice sicela bazozilanda.

Siyabonga.

Siyabingelela Mphakathi sicela usizo lwenu uma kukhona olahlekelwe i ID sicela azoyilanda eOffice.Siyabonga.
20/07/2026

Siyabingelela Mphakathi sicela usizo lwenu uma kukhona olahlekelwe i ID sicela azoyilanda eOffice.

Siyabonga.

17/07/2026

ISAZISO SOMPHAKATHI..

Siyabingelela Mphakathi, siyanazisa ukuthi NgeSonto mhlaka 19 July 2026 umgwaqo uzovalwa ngenxa yomjaho wamabhayisekili (Amashovashova), izimoto zizoqala ukusebenza ngo03h00 ekseni kuze kube umgwaqo uyavalwa bese zihamba ngoMgoqozi. Imali yokugibela:

Hillcrest - R40
Pinetown - R45
Durban - R55

Izigceme zizoba ngalezi zikhathi : 04h00, 05h00, 06h00, 08h00, 10h00.

Irenk izophela ngo14h00.

Siyabonga.

01/07/2026
Siyabingelela Mphakathi, sinazisa ngokukhuphuka kwemali ngomhlaka 3 July 2026.
17/06/2026

Siyabingelela Mphakathi, sinazisa ngokukhuphuka kwemali ngomhlaka 3 July 2026.

Siyabingelela Mphakathi sicela usizo lwenu, uma kukhona olahlekelwe i ID sicela azoyilanda eOffice.Siyabonga.
04/06/2026

Siyabingelela Mphakathi sicela usizo lwenu, uma kukhona olahlekelwe i ID sicela azoyilanda eOffice.

Siyabonga.

Siyabingelela Mphakathi, sicela usizo lwenu uma kukhona olahlekelwe isikhwama esincane esine ID phakathi, sicela azosila...
14/05/2026

Siyabingelela Mphakathi, sicela usizo lwenu uma kukhona olahlekelwe isikhwama esincane esine ID phakathi, sicela azosilanda eOffice.

Siyabonga.

Siyabingelela Mphakathi, sicela usizo lwenu uma kukhona olahlekelwe isikhwama esincane izolo esinalama IDs sicela aze az...
17/04/2026

Siyabingelela Mphakathi, sicela usizo lwenu uma kukhona olahlekelwe isikhwama esincane izolo esinalama IDs sicela aze azokulanda eOffice.

Siyabonga.

16/04/2026

Siyabingelela Mphakathi sicela usizo lwenu uma kukhona olahlekelwe uplastistic waka Quality emotweni ebhalwe PHOLOBAS izolo ntambama ngabo 6 kuya ko 7 sicela asithinte ku inbox.

Siyabonga.

Address

The Valley Trust
Botha's Hill
3660

Opening Hours

Monday 09:00 - 15:00
Tuesday 09:00 - 15:00
Wednesday 09:00 - 15:00
Thursday 09:00 - 15:00
Friday 09:00 - 12:00

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Qadi/Nyuswa Taxi Owner's Association posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Shortcuts

Share